My Authors
Read all threads
YONKE INTO EYENZEKA KULELO KHAYA INESIZATHU:

Izinto aziman' zenzeke nje, yonke into inomsuka, uyake uzwe abanye babazali bekhala ngabantwana bethi bayahlupha bona abasazi ukuthi kumele benzenjani, kwenye inkathi uzwa abazali bethi sesihambhe abantu kodwa ushintsho alukho....
uMntwana ugcine esehlala emgwaqeni ngenxa yokuba budedengu kwabazali, kwenye inkathi kuyenzeka abanye babazali bangaboni inkinga, umsuka wayo yonke lento, ngokuvamisile kuyake kube zimfihlo zasekhaya, kuyenzeka phakathi kukaMama noBaba kube nezimfihlo...
...uthole ukuthi omunye unemfihlo komunye omunye engazi, abanye bayake bahlale nayo imfihlo iminyaka, abanye, bathi benayo umuntu agcine esekhohlwa ukuthi, ingane iba Ilento eyiyo nje ingenxa yakhe, nakho ukungalungiswa kwamaphutha enzeka ekhaya...
...kuyaba nomthelela empilweni yengane, ngokuvamisile uma umzali eshaywa ngamaphutha noma ngamanyala awenza kuthinteka ingane yakhe...namhlanje sinabantwana abangezwa, abagcwele usizi lodwa, ngenxa yokuba lukhuni kwezinhliziyo zabazali...
....uma kuthiwa kubheda emsam' lokho kusuke kuchaza ukuthi inkinga yomntwana ikumzali, ayikho kumntwana kodwa inkinga laph' efike ibekhona kulimala uMntwana ekugcineni ngokunganaki kwabazali...
...washo uMnini Mandla wezulu nomhlaba wathi, izwe lingcolile, ngakho ke ngizolihambhela ngenxa yobubi benu, izono zenu ziyakuwelela kubantwana benu..ngenxa yokubalukhuni kwenu nangenxa yokungalaleli kwenu bazali...
....noma ungamthatha uMntwana umuse ezikoleni ezibizayo, uma nina bazali bengane ningalungisile izinto zomntwana ngendlela, uMntwana wenu uzoshayeka, ziningi ke izindlela abantwana abashayeka ngazo, omunye engashayeka ngokuthi asebenzise utshwala mawala...
...omunye angashayeka ngokuthi adle izidakamizwa, omunye engaba isithithibala somntwana, omunye agule nje into engalapheki...yini na? Asizazi ukuthi singobani futhi lezizinto siyaziziba, miningi imizi eyakhiwa phezukwamanyala ehlezi inezinkinga, kweminye akuzwana kuyazondwana...
...zibuzeni ukuthi konakalaphi..akesifundeni ukuphila iqiniso siqonde umlando, yazi izinto eziningi azidingi Sangoma azidingi i-psychologist okanye i-therapist izinto zasentshonalanga, zidinga wena mzali ukuthi usheshe uzilungise ngoba uwena umsam' wezingane zakho.
Akesibuyeleni emuva siyeke indlela yokuphila okungeyona eyethu akesifune, indabuko yethu bese siyabheka, sibone ukuthi singenzani, ukubalekela izinkinga akaze kwaba isixazululo..nakho ukuba yisizwe esinhlakanhlaka kunomthelel'
Missing some Tweet in this thread? You can try to force a refresh.

Enjoying this thread?

Keep Current with Sabelo ka Lindamkhonto vi

Profile picture

Stay in touch and get notified when new unrolls are available from this author!

Read all threads

This Thread may be Removed Anytime!

Twitter may remove this content at anytime, convert it as a PDF, save and print for later use!

Try unrolling a thread yourself!

how to unroll video

1) Follow Thread Reader App on Twitter so you can easily mention us!

2) Go to a Twitter thread (series of Tweets by the same owner) and mention us with a keyword "unroll" @threadreaderapp unroll

You can practice here first or read more on our help page!

Follow Us on Twitter!

Did Thread Reader help you today?

Support us! We are indie developers!


This site is made by just two indie developers on a laptop doing marketing, support and development! Read more about the story.

Become a Premium Member ($3.00/month or $30.00/year) and get exclusive features!

Become Premium

Too expensive? Make a small donation by buying us coffee ($5) or help with server cost ($10)

Donate via Paypal Become our Patreon

Thank you for your support!