My Authors
Read all threads
Ukudla ezamahole:

• Ukudla ezamahole kusho ukuzifaka wena ngokwakho enkingeni enkulu.
• Lesi sisho sakheka ngenkathi inkosi uMzilikazi efuduka elibangisa eZimbabwe nokuyilapho endleleni abutha khona izizwe ezahlukahlukene wazifaka ngaphansi kwakhe. Lezo zizwe zathi uma
sezingaphansi kwakhe zabizwa ngamaHole. Indlela ayeqine ngayo amaHole wawuba nenkingake uma uke wathinta izinkomo zawo. Sakheka kanjalo ke lesi sisho ngoba uma usudle izinkomo zamaHole wawusuke usuzifake ekingeni enkulu kabi.

(Ziningana nokho izincazelo esengike ngahlangana nazo
mayelana nomsuka walesi sisho ngoba omunye umlando uthi neLembe lalikade linawo amahole. Kanti omunye umlando usitshela ukuthi uMahole wabe engowakwa Khoza ezala iQhawe uNtshingwayo, kuthiwa ke labe lungafakwa lubuya nodaka kuMfoka Khoza wayeyi ngwazi yoqobo ngakho uma udle
izinkomo zakhe wawusuke usuzifake kwenkulu inkinga le)

• Kepha-ke zonke lezi zincazelo okubalulekile nje ukuthi zichaza into eyodwa, zichaza ukuthi: "ukudla ezamahole" ukuzifaka enkingeni enkulu nakhona ukuzifaka wena uqobo.
Missing some Tweet in this thread? You can try to force a refresh.

Enjoying this thread?

Keep Current with Sikleza KweleGuqa

Profile picture

Stay in touch and get notified when new unrolls are available from this author!

Read all threads

This Thread may be Removed Anytime!

Twitter may remove this content at anytime, convert it as a PDF, save and print for later use!

Try unrolling a thread yourself!

how to unroll video

1) Follow Thread Reader App on Twitter so you can easily mention us!

2) Go to a Twitter thread (series of Tweets by the same owner) and mention us with a keyword "unroll" @threadreaderapp unroll

You can practice here first or read more on our help page!

Follow Us on Twitter!

Did Thread Reader help you today?

Support us! We are indie developers!


This site is made by just two indie developers on a laptop doing marketing, support and development! Read more about the story.

Become a Premium Member ($3.00/month or $30.00/year) and get exclusive features!

Become Premium

Too expensive? Make a small donation by buying us coffee ($5) or help with server cost ($10)

Donate via Paypal Become our Patreon

Thank you for your support!