My Authors
Read all threads
Inyengelezi:

• Ake ngisike kwelijikayo ngalesi silwane "inyengelezi" kanye nangamafutha ayo. Inyengelezi isilwane engingachishe ngithi sinemilingo, inyengelezi uyibona iqhamuka laphaya iza ngejubane bese iphanda futhi inyamalale bese uyibone futhi isikude isiyosithela le.
Amafutha enyengelezi ayasebenza ikakhulukazi ekuqiniseni imoto ukuthi ingabanjwa amaphoyisa omgwaqo ayibona iqamuka laphaya bese eyibona esiyosithela le kude. Kanjalo nezigebengu ziyawasebenzisa amafutha enyengelezi ukuba ngophunyuka bemphethe.

Amafutha enyengelezi awatholakali
kalula ayimvela kancane impela ngoba ngisho izinja aziyibambi kalula inyengelezi, kepha yona iyatholaka inyengelezi lapha kwelakithi (eNingizimu Afrika). Amafutha enyengelezi awafani nawesadawana ngoba awesadawana amafutha wona asebenza ukukhanda umnotho aletha imali.
Inyengelezi ayibanjwa yinoma iyiphi inyanga, yingakho namafutha ayo engatholakali kalula. Imvamisa inyengelezi ibanjwa umuntu owugobela ogogodile naye futhi uyibamba ngamandla akhe awaphiwa ngabantu bakubo asebalala.
Missing some Tweet in this thread? You can try to force a refresh.

Enjoying this thread?

Keep Current with Sikleza KweleGuqa

Profile picture

Stay in touch and get notified when new unrolls are available from this author!

Read all threads

This Thread may be Removed Anytime!

Twitter may remove this content at anytime, convert it as a PDF, save and print for later use!

Try unrolling a thread yourself!

how to unroll video

1) Follow Thread Reader App on Twitter so you can easily mention us!

2) Go to a Twitter thread (series of Tweets by the same owner) and mention us with a keyword "unroll" @threadreaderapp unroll

You can practice here first or read more on our help page!

Follow Us on Twitter!

Did Thread Reader help you today?

Support us! We are indie developers!


This site is made by just two indie developers on a laptop doing marketing, support and development! Read more about the story.

Become a Premium Member ($3.00/month or $30.00/year) and get exclusive features!

Become Premium

Too expensive? Make a small donation by buying us coffee ($5) or help with server cost ($10)

Donate via Paypal Become our Patreon

Thank you for your support!