My Authors
Read all threads
UMHLONYANE OMHLOPHE/OPHAPHATHEKILE WENTABA:

Onamandla kakhulu yiwo lo oMhlophe osesithombheni sokuqala, nawo lo osesithombheni sesibili ohlaza cwe otshalwa ekhaya njengezimbhali, uyasebenza kodwa awufiki kulo osesithombheni sokuqala...🌿
Amacembe nezinduku zalamakhambh' womabili kungumuthi osebenza ezinhlobeni eziningi zemikhuhlane, isichongco, nesiphungo salamakhambh' sivula inhliziyo ithande ukudla, sidilize inyongo esibindini naleyo eyanda nomzimbha wonke, sibohlise izindawo ezidumbhileyo...
...ezingaphakathi emzimbheni nezingaphandle komzimbha, lesisiphungo salamakhambhi siphinde sikhiphe izindenda ezibanga usi lokukhwehlela ukuluma kwesisu okubangwa yizilo, sivuselela imithambho yonke yegazi, sinqande ukufinyela kwemisipha, ukushisa komzimbha nokuzwela amakhaza...
...sidumaze izinhlungu, sihlanze negazi, nokwemikhuhlane evamisa kubantwana, abanezilonda nokudumbha kwezinsini nase mlonyeni, siyaphuzwa, sichathe, sigeze futhi sigqume.🌱
Missing some Tweet in this thread? You can try to force a refresh.

Enjoying this thread?

Keep Current with Sabelo ka Lindamkhonto vi

Profile picture

Stay in touch and get notified when new unrolls are available from this author!

Read all threads

This Thread may be Removed Anytime!

Twitter may remove this content at anytime, convert it as a PDF, save and print for later use!

Try unrolling a thread yourself!

how to unroll video

1) Follow Thread Reader App on Twitter so you can easily mention us!

2) Go to a Twitter thread (series of Tweets by the same owner) and mention us with a keyword "unroll" @threadreaderapp unroll

You can practice here first or read more on our help page!

Follow Us on Twitter!

Did Thread Reader help you today?

Support us! We are indie developers!


This site is made by just two indie developers on a laptop doing marketing, support and development! Read more about the story.

Become a Premium Member ($3.00/month or $30.00/year) and get exclusive features!

Become Premium

Too expensive? Make a small donation by buying us coffee ($5) or help with server cost ($10)

Donate via Paypal Become our Patreon

Thank you for your support!