My Authors
Read all threads
QINISA AMASOTSHA OMZIMBHA, ULAPHE IZIFO NAMAGCIWANE:

Uma ukub' ungowesifazane okhulelwe okanye oncelisayo, ungawuphuzi uMhlonyane, ngingakucebisa ukuthi uphuze itiye elenziwe nge ginger, Cayenne Pepper, Garlic, Honey, Pineapple 2 slice, ne Lemon kuphela....
Nabo laba abangakhulelwe bengakusebenzisa lokh'..lemon ungayibilisi namanzi, uyivome uma usuyifaka emanzini, akengibuyele lapha kuMhlonyane, nakhu engifisa ukukusho kulabo abasebenzisa uMhlonyane, abaqaphele, ngoba awusetshenziswa inoma ikanjani, uMhlonyane osebenza kahle....
...uMhlonyane owonyisiwe, bese kugaywa amacembe awo, enziwe abe impuphu, uMhlonyane unezakhamzimbha ezingaphezu kwa 151, Uma uMhlonyane uzowomisa, qaphela lokhu, uMhlonyane awulifuni ilanga, uMhlonyane okhiwe wase wonyiswa ngelanga, uyinkinga emzimbheni ngokuhambha kwesikhathi...
uMhlonyane udinga indawo eyithunzi, udinga i-temperature engu 25° ukuze uzokoma kahle, njengoba besengichazile ukuthi uMhlonyane osebenza kahle, ilo ogayowe owonyisiwe, uma usuyenzile impuphu yakho, ukha teaspoon eyodwa kuphela....
..ufake enkomishini bese ufaka amanzi ebekade ebila bese uyalinda imizuzu emihlanu, uzinze kahle emanzini, bese uyasefa, ukuze uzoliphuza kahle itiye lakho ungafaka uju lwezinyosi uma ufuna ne lemon, lemon uyayivoma awuyibilisi namanzi, uzolapheka, uMhlonyane ungawuphuzi njalo...
...uphuze mhlampe kathathu evikini, bese uyeqisa...enye into enhle Ngo Mhlonyane, wukuthi uma ufutha ngawo imizuzu eyishumi, ukhuculula konke ukungcola okungaphandle emzimbheni nangaphakathi emzimbheni, abantu abanesifuba nesifo senhliziyo bengakwazi ukufuthangawo uzobalapha...
lapha ekufutheni uMhlonyane ungawuxuba namacembe ensangu okanye namacembe ka-gumtree.
ABANTU ABAKHULELWE NABANCELISAYO ABENZE NJE, NAWE WENA ONGANCELISI UNGAKWENZA LOKHU:

Uhhafu we teaspoon Cayenne Pepper

Ginger, teaspoon eyodwa

Garlic into encane engaphansi ko hhafu we teaspoon

Honey 1 Spoon

Pineapple 2 slice

Lemon sika i-slice esisodwa usivomele emanzini.
Missing some Tweet in this thread? You can try to force a refresh.

Enjoying this thread?

Keep Current with Sabelo ka Lindamkhonto vi

Profile picture

Stay in touch and get notified when new unrolls are available from this author!

Read all threads

This Thread may be Removed Anytime!

Twitter may remove this content at anytime, convert it as a PDF, save and print for later use!

Try unrolling a thread yourself!

how to unroll video

1) Follow Thread Reader App on Twitter so you can easily mention us!

2) Go to a Twitter thread (series of Tweets by the same owner) and mention us with a keyword "unroll" @threadreaderapp unroll

You can practice here first or read more on our help page!

Follow Us on Twitter!

Did Thread Reader help you today?

Support us! We are indie developers!


This site is made by just two indie developers on a laptop doing marketing, support and development! Read more about the story.

Become a Premium Member ($3.00/month or $30.00/year) and get exclusive features!

Become Premium

Too expensive? Make a small donation by buying us coffee ($5) or help with server cost ($10)

Donate via Paypal Become our Patreon

Thank you for your support!