Majongo mawuzazi ukuthi waba nebhadi wanikwa indukwana nje encane nazi iy’thako la zokukhulisa inkemba, ungawi umuzi kayihlo usizo lukhona, hlanganisa leziy’thako engizokunika zona la ngezansi.
Just a reminder, bafwethu impahla yomsebenzi ayihlatshwa same day idliwe same day, cha Zulu omuhle asikuqonde lokhu maNguni amnyama ukuthi uma umsebenzi uzoba ngakusasa impahla yomsebenzi iwiswa namhlanje meaning ihlatshwa namhlanje ilale bese kuvukwa. . .
,lendlu iba sesandleni sokudla right at the back of the homestead ekugcineni ngemuva kwazozonke izindlu ekhaya. 2. KwaMkhulu, indlu le yakwenu eqondene nawe mnini muzi, lendlu eyaphuma yaba ikhaya lakwenu or lakini, ikhishwa umkhulu wakho ozala uyihlo, lendlu iba ngaphambili. . .
bodadewethu I don’t know what you going to do with this information but I'm gonna tell ya'll anyway so its up to you what you are going do with it. . .
1. uma ungakalotsholwa uma unika isoka lakho ukudla or umuntu ongakaganwa. . .
meaning uma ungakalotsholwa usebenzisa icansi lencema kuphela for ukuhlala nokulala. 3. awuyakhi indlu yakho kwenu uma ungakalotsholwa wakhehlwa cause intombazane inye vo indlu okumele iyakhe kwabo ngokweSintu kuba ilendlu ogonqela kuyo weeks before ulandwe udwendwe lendlu ohlala
One night Ilemve had a dream about the enemy he saw in the dream coming through the ocean lavuka ekuseni lathatha amaButho balibhekisa olwandle lathi uma befika olwandle Ethekweni known as Ethekwini “Durban” lafike lathi amaButho awangene olwandle bude buduze afike