My Authors
Read all threads
UPhunga noMageba:

• UPhunga noMageba babengamawele bangamadodana kaZulu awathola kwiNdlovukazi uNozidiya. Kwase kuqala ukuba kube namakhosi abusa izizwe ezase zakhekile zizimele futhi zisabalele nezwe lonke. UPhunga wakha umuzi wawuqamba ngokuthi kuseBulawini, uMageba wakha
umuzi wawuqamba ngokuthi iseMakheni.

Kula madodana kaZulu, uPhunga akabanga naye ozomlandela ozalwa nguyena, kwase kuthi isikhundla sakhe sathathwa ngumfowabo uMageba. Olibeni likaMageba kwaphuma esinye isibongo esagcina naso sesisikhulu. Leso sibongo esaseMambatheni, ngendodana
yakhe uMpangazitha, uyise kaSontshikazi, uyise kaNdaba, uyise kaShandu.

Bonke babebusa ezinkalweni zaseBabanango ngoba namadlinza abo atholakala esakazeke namapulazi abalimi abamhlophe khona kulesi sifunda. ElikaZulu (uNkosinkulu), lilaphaya ngaphesheya komfula uMkhumbane
esangweni loMgungundlovu. Kanti elikaPhunga lona lisepulazini elaziwa ngokuthi iHeelgoed No258. Kanti elikaMageba lona litholakala epulazini iPandasgraf No:184.

OPhunga noMageba babezalwa uZulu kaMalandela, kaLunzumane, kaMnguni, kaGumede!

*** Muzi wabaklezi idubukele ***
Missing some Tweet in this thread? You can try to force a refresh.

Enjoying this thread?

Keep Current with Sikleza KweleGuqa

Profile picture

Stay in touch and get notified when new unrolls are available from this author!

Read all threads

This Thread may be Removed Anytime!

Twitter may remove this content at anytime, convert it as a PDF, save and print for later use!

Try unrolling a thread yourself!

how to unroll video

1) Follow Thread Reader App on Twitter so you can easily mention us!

2) Go to a Twitter thread (series of Tweets by the same owner) and mention us with a keyword "unroll" @threadreaderapp unroll

You can practice here first or read more on our help page!

Follow Us on Twitter!

Did Thread Reader help you today?

Support us! We are indie developers!


This site is made by just two indie developers on a laptop doing marketing, support and development! Read more about the story.

Become a Premium Member ($3.00/month or $30.00/year) and get exclusive features!

Become Premium

Too expensive? Make a small donation by buying us coffee ($5) or help with server cost ($10)

Donate via Paypal Become our Patreon

Thank you for your support!