AmaZulu ayefihlana ngaleli siko ubuphofu bomunye ukuze bungabonakali. Kwakufana nokucela umfana ayokwelusa izinkomo komunye umuzi, ebese enikwa isisinga okuwukuthi imbuzi, noma inkomo ibisiyanda lempahla, naye abeseba nezinkomo noma nezimbuzi.
Amasi ukudla okubalulekile nokuyisisekelo kumuntu ongumZulu.
Bekuthi uma naye loyomnumzane esesimeme ebese ezibuyisela emuva izinkomo kanye nezivuno abonge bese iyaqhubeka impilo.
*** Izandla ziyagezana ***