UKUQOMA:

1. insizwa yayiqala ngokushela, uma kuwukuthi untombo is feeling the vibes zensizwa, untombo wayebe esikhipha ucu oluwuphawu lokuvuma ibhungu, ijongo lalibe seliqonda emaqhikizeni aphethe leyontombi ukuyoxoxisana nawo ngezinhloso ukuthi lifuna ukumthatha yini untombo...
limenze umkalo “ukukhipha abakhongi” or not at that time, kwakube sekunqunywa usuku lokugaxa ibhungu ubuhlalu balo and no lobola discussions would take place there, take note ukuthi here we talking about untombo osengesiyo intombi nto. . .
2. Uma intombi yayiyitshitshi elingakaze laqoma belithumela izintombi ziyoliqomela kubo kwamfana, zisuke ziphethe ucu zifike zihaye ingoma yokuzoqoma bese kuma iduku, intombi nto yabongwa ngemali ,indishi kanye nengubo bese kwethiwa amagama ezingane zokuqala umfana nentombazane..
okuyothi mayethola leyongane ibizwe ngalo lelogama noma engezokugcinela lapho emva kweviki umfana oqonyiwe uzohamba eyolanda ubuhlalu kubo kwantombazane kodwa iqhikiza elisuke liphe lelogunya ngoba intombi ize iyoqoma nje iqale kulo, ijongoke lizobe selibhinciswa izinto elizobe..
lizakhelwe intombi yalo from lapho bazobe sebesuka beyolala ''rounds time'' but before the vibes iqhikiza libanikeza imiyalo yokuthi ijongo angalingalifaki phakathi bese kuthi intombi itshelwe ukuthi ayovala amathanga ukuze kungamitheki so basically here ijongo here kwakumele..
lidlalele emathangeni nje kuphela kusisi but ke uma kuwukuthi untombo uhlulekile ukulwa kumele lisal selimganis ijongo kodwa kwakuba ihlazo ukugana usuqale ngokuphuthumela esigabeni esiphambili samarounds kuqala, yikhoke nje kwakubalulekile ukuthi ulwe ntombo ungamvumeli. THE END

• • •

Missing some Tweet in this thread? You can try to force a refresh
 

Keep Current with Siboniso KaMabaso

Siboniso KaMabaso Profile picture

Stay in touch and get notified when new unrolls are available from this author!

Read all threads

This Thread may be Removed Anytime!

PDF

Twitter may remove this content at anytime! Save it as PDF for later use!

Try unrolling a thread yourself!

how to unroll video
  1. Follow @ThreadReaderApp to mention us!

  2. From a Twitter thread mention us with a keyword "unroll"
@threadreaderapp unroll

Practice here first or read more on our help page!

More from @ZuluSweG

12 Nov
AMAQHAWE AKWAZULU:

1.Ntshingwayo kaMahole Khoza wayengumdidiyeli jikelele wempi yase Sandlwane washona mhla uMntwana uZibhebhu ebhuqabhuqa uZulu esigodlweni saOndini.
2.Sihayo wakwaNgobese.
3.uMtwana uZibhebhu.
4.uSgananda kaZokufa Shezi ImageImageImageImage
5.uMntwana uNdabuko kaMpande Zulu owashaya phansi ngonyawo amabhunu efuna ukubopha iwundlu leSilo uDinizulu wathi ningamane nibophe mina ukunokubopha ingane yomnewethu.
6.uSgubudu semikhonto.
7.uNdlela kaSompisi wakwaNtuli owayehola ibutho. . .
iNtontela wabulawa inkosi uDingane embulalela inkosi uMpande ngemva kwempi yaseMaqongqo.
8.uNongalaza kaNondela.
9.Klwana kaKhoboyela.
10.Dambuza KaSobadli.
11.uMzilikazi kaMashobane wakwaKhumalo
owazihlaba zama ngomgobo kwaGqokli, wayesekhaleni. . .
Read 5 tweets
7 Sep
ZULU WEDDING CUTTING THE CAKE MOMENT:

Kuyaye kuthi ngosuku lomgcagco umakoti usuke esefikile la akazoganela khona bese kuthiwe akathe inkomo ''UKUYATHA INKOMO'' igama laloluhlelo ukuyatha inkomo, okokuqala ufike angene endlini yakhe ekhashwa izintombi kuphela, uma eqeda ukungena Image
endlini ufike akhumule zonke izimpahla akazigqokile abenqunu, uzimboza ngesiphuku nje kuphela esimhlophe for ukuhloniphisa ukuthi angaphumeli ngaphandle ehambaze, uzothi uma ephuma lapho uzobe eseya esibayeni eseyokwetha inkomo, ufike angene esibayeni athole inkomo isiwisiwe. . .
kumele ibheke phezulu and kumele ihlatshwe umkhwenyana wakhe bese kuthi umakoti angene ayifake ucu, uzibophela emilenzeni yomine bese eya esifubebni sayo inkomo maqede ayisike ngomese from esifubeni ukwehla aze ame la okuqalakhona isitho sayo sobulili, yikhoke ukuyetha lokho. . .
Read 5 tweets

Did Thread Reader help you today?

Support us! We are indie developers!


This site is made by just two indie developers on a laptop doing marketing, support and development! Read more about the story.

Become a Premium Member ($3/month or $30/year) and get exclusive features!

Become Premium

Too expensive? Make a small donation by buying us coffee ($5) or help with server cost ($10)

Donate via Paypal Become our Patreon

Thank you for your support!

Follow Us on Twitter!