My Authors
Read all threads
Cha kuyathusa impela ukwanda kwesibalo sezinsizwa ezisencane ezithwele. Izinsizwa nje impela zama 80s zinqamulele impilo zikhethe ukuthwala 😳

Ngizwela nje lamantombazane azibiza ngama "slay queens" ngoba alala nezilwane zabo ubusuku bonke esedakwe utshwala. Intombazane ivuke
ekuseni ikhathele ifa, izitshele ukuthi iphethwe ibhabhalazi noma ikhathazwe ucasi lomlisa loyo kanti cha ibidliwa izilwane ubusuku bonke.

Iningi lalezinsizwa ezithwele ziphuza utshwala ezindaweni ezimba eqolo, ziphuzise abesimame zibaphe nemali. Uma kusukwa lapho bese kuyiwa
ezindlizi zabo zikanokusho.

Kumele uqaphele lokhu ke muntu wesimame:
• Insizwa ongayiqondi ukuthi iyenza kanjani imali kepha enemali eningi futhi eyixhaphazayo 🤘
• Insizwa ehlala yodwa endlini enkulu esilungwini, bese iba namakamela ekutshela ukuthi ungangeni kuwo 🤘
• Insizwa enithi uma senifika endlini ingakwenzi lutho ivele izilalele nje, kepha uma uvuka ekuseni uzwe izimpawo zomuntu olalwe ngokocansi 🤘

Bantu besefazane fundani ukuzithengela utshwala beni ezindaweni zobumnandi ngoba nizophela nya. Impahla yakho izimosheka ingaphinde
ijabulise owesilisa phela izilwane lezi zenza isinoma kanjani ziyamosha.

Ningangizwa kabi kukhona izinsizwa ezisebenza ngokuzikhandla, eziphumelele nje kahle hhayi ukuthi wonke umuntu wesilisa osemusha ophumelele uthwele, cha! Kepha qaphelani lezinto esengizibale lapha ngenhla.
Seziningi kakhulu izinsizwa engizaziyo esezingene kulomkhakha wokuthwala. Ezinye zicashe ngalokhu abakubiza ngokuthi iForex, ezinye zicashe ngama-tender nyana angatheni, ezinye zicashe ngamashishini nyana nje angatheni.

Qaphelani wezintokazi zakithi umhlaba sewonakele 🤘🤘
Nani zinsizwa zakithi qaphelani, fundani kabanzi kuqala ngobungozi nemigomo nemibandela yokuthwala ngaphambi kokuba nizifake obishini. Fundani kabanzi la 👇

Missing some Tweet in this thread? You can try to force a refresh.

Enjoying this thread?

Keep Current with Sikleza KweleGuqa

Profile picture

Stay in touch and get notified when new unrolls are available from this author!

Read all threads

This Thread may be Removed Anytime!

Twitter may remove this content at anytime, convert it as a PDF, save and print for later use!

Try unrolling a thread yourself!

how to unroll video

1) Follow Thread Reader App on Twitter so you can easily mention us!

2) Go to a Twitter thread (series of Tweets by the same owner) and mention us with a keyword "unroll" @threadreaderapp unroll

You can practice here first or read more on our help page!

Follow Us on Twitter!

Did Thread Reader help you today?

Support us! We are indie developers!


This site is made by just two indie developers on a laptop doing marketing, support and development! Read more about the story.

Become a Premium Member ($3.00/month or $30.00/year) and get exclusive features!

Become Premium

Too expensive? Make a small donation by buying us coffee ($5) or help with server cost ($10)

Donate via Paypal Become our Patreon

Thank you for your support!