ngayo kubantu abasaphila kuba amaphupho kuphela and you can only talk to them through impepho emsamo, it’s either usuke uyabika or uyacela or uyabonga or ukhuza umhlola, ithongo alifani nedlozi, ithongo likufikela ngephupho kuphela unlike idlozi - idlozi alikufikeli but. . .
liyakuvuka e.g uma uvukwa idlozi it’s either uyahayiza or uyabhonga or uyabhodla or uyazamula uzamulele phezulu meaning idlozi linesankahlu or liruf but ithongo ligentle ngoba uma likuvakashela likwehlisela isithongwana bese likhuluma nawe ephushweni e.g uma uqeda ukukhuluma. . .
kuphela that is why umthandazi can be able to see through you ngaphandle kokuthi aze abhule cos bambathiswa inkazimulo yomusa ey’zingilosi, abathandazi bakuqala babengahlali nomthakathi endlini eyodwa, uma kukekwangena umthakathi wawubona sekusho isikhali ekhanda kuloyo. . .
owayeganga, basebenza ngamanzi kuphela pure water kanye nemibala rainbows colors kanye nenduku yethusi kuphela.
CONCLUDING INDABA YEMIMOYA EPHILA KUBANTU:
kuzomele sazi ukuthi wonke umuntu ophila emhlabeni unomoya or unemimoya thizeni ephila phakathi kwakhe and iyamkhontrola, it’s either umoya umuhle or umoya omubi. sinezinhlobo ezimbili zemimoya (1a) it’s a sprit, ispirit umoya olawula..
umuntu, umoya ophila nomuntu and umoya uyakwazi ukuphila kuwe ngisho noma usufile emphufumulweni, ispirit sihlala kuwe kuba into ekungenayo, uma sithola indawo sifike sizinze bese sithatha over impilo yakho sikukhontrole completely, uma ungawukhiphanga loyomoya uphila nawo impilo
yakho yonke, even noma usufile uma ungakhishwanga uyaqhubeka ukusebenzise noma usuthule emphefemulweni, imimoya as abantu siyakwazi ukuyibona ukuthi hlobo luni lomoya lolu hence we also can be able to see uma ukungena or uma usuphuma e.g when you are being prayed for, in other...
words ispirit asisiyo infihlo asizifihli, it’s very transparent, they live amongst us or whovering upon us. . . unlike (2b) umphefumulo, umphefumulo uphila “ngaphakathi” kwethu within us, unlike umoya, umphefumulo is very hidden, it’s a secrete unaked like umoya, umphefumulo is..
unseen and uspotable, umphefumuloke loyo or a soul, umphefumulo uhlala enyameni and gives it life where’s umoya wona uhlala engqondweni and gives it orders bese ukulawula, ukulawule ngisho usufile empilweni yomphefumulo e.g abalozi, abafana, utikoloshe, umgijimi. umuntu uma efa..
kuphuma umphefumulo lomphefumulo uphuma uhambe uye la wena mnini wawo ubusebenzela khona, it’s either “highdes or piradies” iy’ndawo zokulinda lezi la esilindelakhona usuku lokwahlulelwa ngezenzo esazenza sisaphila emhlabeni bese uyolahlwa uma ulahlwa or uye ekuphileni okuphakade
uma uzoya ekuphileni okuphakade so ukuthwetshulwa komuntu osengasekho kusuke sekungaphili yena lapho loyomuntu osuke ethetshuliwe but ufakwa umoya a “spirit” thizeni ukuthi sisebenzise idokodo lakhe or umzimba, umphefumulo usuke usungasekho la usuke usuzihambele. THE END.
• • •
Missing some Tweet in this thread? You can try to
force a refresh
limenze umkalo “ukukhipha abakhongi” or not at that time, kwakube sekunqunywa usuku lokugaxa ibhungu ubuhlalu balo and no lobola discussions would take place there, take note ukuthi here we talking about untombo osengesiyo intombi nto. . .