limenze umkalo “ukukhipha abakhongi” or not at that time, kwakube sekunqunywa usuku lokugaxa ibhungu ubuhlalu balo and no lobola discussions would take place there, take note ukuthi here we talking about untombo osengesiyo intombi nto. . .
ngayo kubantu abasaphila kuba amaphupho kuphela and you can only talk to them through impepho emsamo, it’s either usuke uyabika or uyacela or uyabonga or ukhuza umhlola, ithongo alifani nedlozi, ithongo likufikela ngephupho kuphela unlike idlozi - idlozi alikufikeli but. . .
liyakuvuka e.g uma uvukwa idlozi it’s either uyahayiza or uyabhonga or uyabhodla or uyazamula uzamulele phezulu meaning idlozi linesankahlu or liruf but ithongo ligentle ngoba uma likuvakashela likwehlisela isithongwana bese likhuluma nawe ephushweni e.g uma uqeda ukukhuluma. . .