IZILO NEZINYOSI ZAZO:

1. uSenzangakhona kaJama -
Kwakungu Tholudaba wakwaNdlovu.

2. uShaka kaSenzangakhona kwakungu Mxhamama kaSoshaya wakwaSibisi. . . ImageImage
3. uDingane kaSenzangakhona kwakungu Magolwana kaMkhathini wakwaJiyane “my fave” 🔥

4. uMpande kaSenzangakhona kwakungu Magolwana kaMkhathini wakwaJiyane “my fave”

5. uCetshwayo kaMpande kwakungu
Mhlangeni wakwaKhumalo “Mntungwa” . . .
6. uDinuzulu kaCetshwayo kwakungu
Sehla kaNdengezi wakwaZungu.

7. uSolomon
kaDinuzulu kwakungu Hoye kaSoxhalazi wakwaNdlela.

8. uZwelithini
kaBhekuzulu inyosi yakhe uNtulizenkosi Dlamini noBuzetsheni kaSombila Mdletshe, both of them are on the picture on this thread. . .
9. uMzilikazi kaMashobana wakwaKhumalo kwakungu Xukuthwayo wakwaMlotshwa.

10.uZibhebhu kaMaphitha kwakungu Gwebisa kaMandondo wakwaDlamini.

11. uMaphitha kaSojiyisa
kaJama kwakungu Gwebisa kaMandondo wakwaDlamini. . . ngiqhubeke?

• • •

Missing some Tweet in this thread? You can try to force a refresh
 

Keep Current with Siboniso KaMabaso

Siboniso KaMabaso Profile picture

Stay in touch and get notified when new unrolls are available from this author!

Read all threads

This Thread may be Removed Anytime!

PDF

Twitter may remove this content at anytime! Save it as PDF for later use!

Try unrolling a thread yourself!

how to unroll video
  1. Follow @ThreadReaderApp to mention us!

  2. From a Twitter thread mention us with a keyword "unroll"
@threadreaderapp unroll

Practice here first or read more on our help page!

More from @ZuluSweG

15 Mar
UKUTSHALWA KWESILO:

Abantu besifazane abasitshali isilo, not even Ow'Ndlunkulu, not even his mom, not even a single Princess on site, not even izinsila zaso e.g izinyanga zaso nezimbongi zaso, ayibongelwa iMbube uma isitshalwa, ukuyibongela kugcina mhla isangena emagcekeni. . .
emzini wayo but uma isikhishwa isiya elibeni layo kuhutshwa ihubo lomndeni lokuyiphelekezela, wonke lomsebenzi wokuhlwanyelwa iMbube wenziwa. . .

1. Izimpunga zaseNdlunkulu ''ow'yise now'yisemkhulu besilo''.
2. uNdunankulu wesizwe. . .
3. Izazimthetho zesizwe ezikhethekile ezihlala eNdlunkulu kuphela.
4. Amadodana esilo eholwa iNkosana yona esuke iphethe umkhonto nesihlangu seMbube. . .
Read 5 tweets
14 Mar
UNDUNANKULU WESIZWE SIKAZULU:

Umntwana wakwaPhindangene uzalwa inkosazana yaseNdlunkulu uPrincess Magogo ozalwa isilo uDinizulu KaCetshwayo eyendela kwaButhelezi yayogana iNkosi uMathole onguyise kaMangosuthu onguNdunankulu kaZulu right now, ukhulume waze wakhala izolo. . . Image
IMbabazane ehaqa amadoda emasendeni
ISihlonono esikhalele amabhunu emadlebeni, uMhlabunzima wakwaMaphumulo
USivulele ngenkatha isiqhotho oNgoye zaphela itshudeni asala amabholipheni
Itshe abaliqandule ngesando kwabakwaNgwane alaze laqhephuka kungaze kuyofa indoda endala. . .
uMathanzima
UNkobe zamaSwazi zimehlulile uChief uMzimba uTembe ukuzihlafuna uthe uthi uyazicaphuza zamshisa wayithwala ngeqoma waziletha kithi oNdini wathi asidle Shenge nanka amancoko ngiwathathe kwelakwaNgwane
Isibhamu esiqhume phekwentaba zeNgwavuma kwazamazama. . .
Read 4 tweets
4 Mar
ISINGIZI:

Insingizi or ingududu inyoni emnyama bese iba nebala elimhlophe elicashe ngaphansi, kunombala wenkomo okuthiwa insingizi isuka, isuke imnyama bese ibamhlophe ngaphansi, inyoni yezimangake lena kukhona futhi eba mhlophe qwaaa wonkumzimba yonake ayivelaveli. . .
kubantu iyacasha kakhulu, ivela nje kuphela uma kunobunzima obubhekene ezinye nalezi ezimnyama e.g uma sezihlulwe inyoka lezi ezimnyama zilanda le emhlophe, emhlophe iyona enqoba izitha, kantike nje futhi akulula ukubona iNsingizi ifile cos le emhlophe yenza konke. . .
okusemandleni ukuthi ayibonakali, lezinyonike in Zulu zibizwa ngokuthi izinyoni zezulu e.g uma kuza izulu elinzima okungase limoshe imizi yabantu kubonakala ngalezi zinyoni kuqala zindizela phezu bude buduze esigodini, uma futhi kunomuzi ozobhekana nobunzima e.g isifo. . .
Read 4 tweets
3 Mar
A ZULU HOMESTEAD:

Umuzi wesiZulu wakhiwa kanje, below I’m gonna explain each room in the yard, uma ziphelele kube zibe isithupha ezibalulekile. . .

1. Kufike kube ekagogo, indlu kagogo kuba indlu kamkhulu, in Zulu uma izindlu zakhiwe sizibizwa ngabesifazane abaganile, azibizwa
ngabesilisa, lendlu kagogo umama kababa wakho akukho ekwenzayo ekhaya ngaphandle kwemisebenzi eqondene nayo ngqo ethinta ugogo or umkhulu.

2. Eyesibili kuba indlu kakhokho wakho wakulelikhaya e.g uma umuzi umkhulu uba neziNdlu ngeziNdlu ezihlukene eziphuma kuKhulukhulu. . .
“uMqambisibongo” ngakhoke kumele wazi ukuthi njengoba ungowakwaButhelezi nje kodwa uphuma kuyiphi iNdlu njengoba okhokho bethu bebaningi kangaka ngokweziNdlu nje, kumele wazi ukuthi inhlanhla yakho ilele kumuphi ukhokho so ke indlu kaKhokho iyona. . .
Read 17 tweets
2 Mar
KING SHAKA FACTS:

Kwathi ngelinye ilanga esigodlweni sesilo uMsimude emveni kokuba ethathe izintambo zombuso kumnewabo isilo uVezi, kwakukwaNodwengu ikomkhulu likaZulu, kwenzeka umhlola, izinduna zabona izinyoka ezimbili zilwa ngaphakathi esigodlweni, enye yazo kwakuyinfezi. . .
enye kuyikhonkothi, zalwa lezizinyoka phambi kwendlu okwakuhlala kuyo uMasiphula kaMamba wakwaNtshangase,ngendlela ezazilwa ngayo izinduna zaze zathumela enkosini uMsimude ngomhlola owenzekayo esigodlweni, zasezibovu igazi zilwa, wathi nje uma efika esigamekweni uMsimude. . .
akangabazanga ukuthi laba abalwayo through these snakes amaKhosi amadala abafowabo uVezi neLembe, sametime wakhipha izwi labalinye wathi “ibambeni lenyoka ukhokhothi niyibulale niyishise ngomlilo angilifuni leloShinga laseMgungundlovu la emzini kababa, ulwisa iLembe kube kunguye
Read 7 tweets
2 Mar
IZICHWE:

izichwe imimoya yabantu asebashona imimoya yabo engalele ngokuthula e.g abantu abafa bekhala, car accidents, ukugwaza, ukudutshulwa, ukusha, etc etc maqede imindeni yabo ayangabalanda ngemiphafa ayangabageza yabafaka ekhaya so ke labobantu bayantanta nje la. . . Image
emhlabeni cos they are not resting where they are supposed to be, eSintwini sithi abahlangene nemindeni yabo eseyadlulayo so ke abantu abanjalo bayahluphake cos kuyaye kuthi la umuntu afelakhona uphenduka isipokwe sakhona e.g you will see accidents happening at the. . .
same spot, kusuke kuyilabobantu becosa isiphithiphithi kuleyondawo then more and more people will die on those accidents scenes so ke in Zulu kuthiwa kusuke kuwuthuli lweziche means isiphithiphithi esenziwa abantu asebengasekho okuba yinto that you can’t even. . .
Read 4 tweets

Did Thread Reader help you today?

Support us! We are indie developers!


This site is made by just two indie developers on a laptop doing marketing, support and development! Read more about the story.

Become a Premium Member ($3/month or $30/year) and get exclusive features!

Become Premium

Too expensive? Make a small donation by buying us coffee ($5) or help with server cost ($10)

Donate via Paypal Become our Patreon

Thank you for your support!

Follow Us on Twitter!