kubantu iyacasha kakhulu, ivela nje kuphela uma kunobunzima obubhekene ezinye nalezi ezimnyama e.g uma sezihlulwe inyoka lezi ezimnyama zilanda le emhlophe, emhlophe iyona enqoba izitha, kantike nje futhi akulula ukubona iNsingizi ifile cos le emhlophe yenza konke. . .
okusemandleni ukuthi ayibonakali, lezinyonike in Zulu zibizwa ngokuthi izinyoni zezulu e.g uma kuza izulu elinzima okungase limoshe imizi yabantu kubonakala ngalezi zinyoni kuqala zindizela phezu bude buduze esigodini, uma futhi kunomuzi ozobhekana nobunzima e.g isifo. . .
zazibonakala zindizela phezu kwaloyomuzi, once zabonakala kumele abantu bakuloyomuzi basukume before yenzeke inkinga, imizi yayikhonkwa ngesingizi emhlophe KwaZulu even namanje, kunzimake kodwa ukuzithola lezizinyoni but uma uyitholile abathakathi abadlaleli kwakho. THE END
• • •
Missing some Tweet in this thread? You can try to
force a refresh
izichwe imimoya yabantu asebashona imimoya yabo engalele ngokuthula e.g abantu abafa bekhala, car accidents, ukugwaza, ukudutshulwa, ukusha, etc etc maqede imindeni yabo ayangabalanda ngemiphafa ayangabageza yabafaka ekhaya so ke labobantu bayantanta nje la. . .
emhlabeni cos they are not resting where they are supposed to be, eSintwini sithi abahlangene nemindeni yabo eseyadlulayo so ke abantu abanjalo bayahluphake cos kuyaye kuthi la umuntu afelakhona uphenduka isipokwe sakhona e.g you will see accidents happening at the. . .
same spot, kusuke kuyilabobantu becosa isiphithiphithi kuleyondawo then more and more people will die on those accidents scenes so ke in Zulu kuthiwa kusuke kuwuthuli lweziche means isiphithiphithi esenziwa abantu asebengasekho okuba yinto that you can’t even. . .
Yes technically Ilembe was raised by a single parent “his mother” he came from a broken family structure, the fact is his father inkosi uSenzangakhona did not own to hi responsibilities about his son uShaka, his father figure was inkosi yesizwe sakwaMthethwa. .
uDingiswayo KaJobe and other men he grew up surrounded by, hence he never idolized his father, from a young age uma eseqala ukuqina njengejongo he protected his mother indlovukazi uNandi with all he had up until he became a king then made her a Queen, inkosi. . .
uSenzangakhona never loved his son uShaka kusukela esesesiswini sikamawakhe uNandi hence they name uShaka, I don’t think iLembe would have been a king isaphila inkosi uSenzangakhona I mean before he died vele wayesethe indodana yakhe ezothatha ubukhosi emva kwakhe kuzoba. . .