My Authors
Read all threads
Usiko Lokugezwa Kwentombazane Eshonelwe:

• Ngokwesiko lesiZulu kulihlazo ukutholakala komntwana ngaphandle komshado. Uma kwenzekile intombazane yamthola yabe isiba neshwa lokuthi umntwana adlule emhlabeni noma aphuphunyelwe isisu, kumele intombazane igezwe kususwe ithunzi elibi
Uma ingagezwanga kunenkolelo yokuthi iba namabhadi ingalungelwa lutho empilweni, konke ekuzamayo akuphumeleli ngenxa yesinyama esuke ihamba naso.

Kugezwa kanjani:
Intombazane kufanele igezwe kubo kamfana oyikhulelisile kuqala, iphinde igezwe kubo kwayo abazali bayo.
Kuvutshelwa utshwala besintu kushiswe nempepho kuhlatshwe imbuzi kutshelwe abalele ngokugezwa kwentombazane leyo. Kuthathwa umswane uhlanganiswe nenyongo kanye namanzi abandayo bese kuthi ekuseni ntathakusa intombazane egezwayo iyavuka iyogezela ngaphandle komuzi noma iye emfulen
ohambayo. Izingubo ezindala ebikade izigqokile ayibe isazigqoka kodwa igqoka ezintsha. Ziyashiswa noma zibekwe lezo ezindala kodwa akaphinde azisebenzise, intombazane ibe isibuyela ekhaya.

Inyama yembuzi kufanele idliwe iphele ngalelolanga ingasali. Inyama yokugeza uma kade
kushoniwe ayiphisani ngoba ingeyesifo, futhi akumenywa muntu kodwa idliwa umndeni, abantu bangazifikela bona ukuzoyidla ngaphandle. Intombazane ayivumelekile ukuba idle lenyam.
Missing some Tweet in this thread? You can try to force a refresh.

Enjoying this thread?

Keep Current with Sikleza KweleGuqa

Profile picture

Stay in touch and get notified when new unrolls are available from this author!

Read all threads

This Thread may be Removed Anytime!

Twitter may remove this content at anytime, convert it as a PDF, save and print for later use!

Try unrolling a thread yourself!

how to unroll video

1) Follow Thread Reader App on Twitter so you can easily mention us!

2) Go to a Twitter thread (series of Tweets by the same owner) and mention us with a keyword "unroll" @threadreaderapp unroll

You can practice here first or read more on our help page!

Follow Us on Twitter!

Did Thread Reader help you today?

Support us! We are indie developers!


This site is made by just three indie developers on a laptop doing marketing, support and development! Read more about the story.

Become a Premium Member ($3.00/month or $30.00/year) and get exclusive features!

Become Premium

Too expensive? Make a small donation by buying us coffee ($5) or help with server cost ($10)

Donate via Paypal Become our Patreon

Thank you for your support!