UMGQIBELO:

Kahle hle esiZulwini nasesiNgunwini at large asinawo amagama ezinsuku, ukubiza izinsuku ngamagama yinto eyafika nabelungu, umgqibelo igama lesixhosa elisho ukuqeda bathi ukugqiba ''ugqibile'' in Zulu sithi ukuqeda, so kwathi uma kufika abelungu la kwelakithi base...
befaka ukuthi izinsuku azibizwe ngamagama e.g Monday to Sunday kwase kuthiwa AmaZulu awaziqambele izinsuku ngesiZulu based on the numbers ngikulandelana kwazo kwase kuthiwa uMsombuluko okusho okokuqala to Sunday okusho isonto njengoba zibala nje izinsuku ngesiZulu, olokuqala. . .
olwesibili, olwesithathu, olwesine, olwesihlanu kwathi uma kufika isataday bathi ow'khokho bazothi uZilili or Umgandelo, intando yeningi yawahlikizake lawomagama omabili kwase kuthiwa akuvele kuthiwe uMgqibelo okusho ukuthi usuku lokugcina evikini cos iSunday usuku lokuqala. . .
evikini, wachuma kanjaloke uMgqibelo, bathi uZilili ngoba babethi ow'khokho babezolibiza ngoZilili ngoba kwakuwusuku lolu abebazila ngalo, kungaboshelwa nkabi kungalinywa ''akuthintwa nhlabathi'' namanje nje kwelakithi eNquthu ngoMgqibelo akuthintwa nhlabathi akulinywa akwakhiwa
zindlu lusagcinwa lolusuku, ngesiZulu ukugqiba kusho ukuhla hence kwakungcwatshwa ngalo lolusuku then ow'mama babethi umgadelo cos behloniphisa, izinsuku namaviki kwakunganakwa endulo kwakubhekwa izinyanga nama season nje kuphela e.g inyanga nenyanga inezinto eyayibonakala ngazo
kwakubonakala izinto ezazenziwa izilwane, izitshalo, isimo sezulu, kwakukuningi okwakukhombisa ukuthi sikuyiphi inyanga njengamanje, iyodwa nje inyanga inyanga eyayiba inkinga umandulo cos kwakwenzeka kuphele uNcwaba bese kuthathe isikhashana ukuqala kwezinvula zokuqala onyakeni
lesosikhathi sasiba phakathi kukaNcwaba noMandulo yikhoke nje sasibizwa ngokuthi uNdida ''undidamadoda'' yingakhoke ngokweSintu sinezinyanga eziyishumi nantathu ''13'' it was becos of that period in between ''Undida'' period, izinyanga babezibona ngenvelo e.g izilwane. . .
izitshalo kanye nenyanga ''moon'' nangezinkanyezi ''stars'' babekwazi ow'khokho ukufunda lezozinto bese bethola isikhathi abakuso, its not a bad thing ke ukusebenzisa leligama cos vele igama lesiNguni, kunamagama vele esiwasherayo as AmaNguni e.g . . .
1. Ukuthetha in Zulu ukukhombisa ulaka but ngesiXhosa ukukhuluma e.g in Zulu we say isilo ''umlomo ongathethi manga'' lenkulumo yasuselwa uma kuthathwa icala uma inkosi isilikhiphile igama kwakumele lilandelwe, bese siphinda silisebenzisa uma sikhuluma nedlozi sithi siyathetha...
cos its sither usuke ukhuza umhlola or whatever osuke uyisho kubo.
2. In Zulu sithi siyalila uma sishonelwe nje kuphela otherwise siyakhala, amaXhosa wona konke nje ukulila.
3. uma uthukuthele amaXhosa athi unomsindo thina KwaZulu sithi ucasukile or uthukuthele. THE END

• • •

Missing some Tweet in this thread? You can try to force a refresh
 

Keep Current with Siboniso KaMabaso

Siboniso KaMabaso Profile picture

Stay in touch and get notified when new unrolls are available from this author!

Read all threads

This Thread may be Removed Anytime!

PDF

Twitter may remove this content at anytime! Save it as PDF for later use!

Try unrolling a thread yourself!

how to unroll video
  1. Follow @ThreadReaderApp to mention us!

  2. From a Twitter thread mention us with a keyword "unroll"
@threadreaderapp unroll

Practice here first or read more on our help page!

More from @ZuluSweG

4 Mar
ISINGIZI:

Insingizi or ingududu inyoni emnyama bese iba nebala elimhlophe elicashe ngaphansi, kunombala wenkomo okuthiwa insingizi isuka, isuke imnyama bese ibamhlophe ngaphansi, inyoni yezimangake lena kukhona futhi eba mhlophe qwaaa wonkumzimba yonake ayivelaveli. . . ImageImage
kubantu iyacasha kakhulu, ivela nje kuphela uma kunobunzima obubhekene ezinye nalezi ezimnyama e.g uma sezihlulwe inyoka lezi ezimnyama zilanda le emhlophe, emhlophe iyona enqoba izitha, kantike nje futhi akulula ukubona iNsingizi ifile cos le emhlophe yenza konke. . .
okusemandleni ukuthi ayibonakali, lezinyonike in Zulu zibizwa ngokuthi izinyoni zezulu e.g uma kuza izulu elinzima okungase limoshe imizi yabantu kubonakala ngalezi zinyoni kuqala zindizela phezu bude buduze esigodini, uma futhi kunomuzi ozobhekana nobunzima e.g isifo. . .
Read 4 tweets
3 Mar
A ZULU HOMESTEAD:

Umuzi wesiZulu wakhiwa kanje, below I’m gonna explain each room in the yard, uma ziphelele kube zibe isithupha ezibalulekile. . .

1. Kufike kube ekagogo, indlu kagogo kuba indlu kamkhulu, in Zulu uma izindlu zakhiwe sizibizwa ngabesifazane abaganile, azibizwa Image
ngabesilisa, lendlu kagogo umama kababa wakho akukho ekwenzayo ekhaya ngaphandle kwemisebenzi eqondene nayo ngqo ethinta ugogo or umkhulu.

2. Eyesibili kuba indlu kakhokho wakho wakulelikhaya e.g uma umuzi umkhulu uba neziNdlu ngeziNdlu ezihlukene eziphuma kuKhulukhulu. . .
“uMqambisibongo” ngakhoke kumele wazi ukuthi njengoba ungowakwaButhelezi nje kodwa uphuma kuyiphi iNdlu njengoba okhokho bethu bebaningi kangaka ngokweziNdlu nje, kumele wazi ukuthi inhlanhla yakho ilele kumuphi ukhokho so ke indlu kaKhokho iyona. . .
Read 17 tweets
2 Mar
KING SHAKA FACTS:

Kwathi ngelinye ilanga esigodlweni sesilo uMsimude emveni kokuba ethathe izintambo zombuso kumnewabo isilo uVezi, kwakukwaNodwengu ikomkhulu likaZulu, kwenzeka umhlola, izinduna zabona izinyoka ezimbili zilwa ngaphakathi esigodlweni, enye yazo kwakuyinfezi. . .
enye kuyikhonkothi, zalwa lezizinyoka phambi kwendlu okwakuhlala kuyo uMasiphula kaMamba wakwaNtshangase,ngendlela ezazilwa ngayo izinduna zaze zathumela enkosini uMsimude ngomhlola owenzekayo esigodlweni, zasezibovu igazi zilwa, wathi nje uma efika esigamekweni uMsimude. . .
akangabazanga ukuthi laba abalwayo through these snakes amaKhosi amadala abafowabo uVezi neLembe, sametime wakhipha izwi labalinye wathi “ibambeni lenyoka ukhokhothi niyibulale niyishise ngomlilo angilifuni leloShinga laseMgungundlovu la emzini kababa, ulwisa iLembe kube kunguye
Read 7 tweets
2 Mar
IZICHWE:

izichwe imimoya yabantu asebashona imimoya yabo engalele ngokuthula e.g abantu abafa bekhala, car accidents, ukugwaza, ukudutshulwa, ukusha, etc etc maqede imindeni yabo ayangabalanda ngemiphafa ayangabageza yabafaka ekhaya so ke labobantu bayantanta nje la. . . Image
emhlabeni cos they are not resting where they are supposed to be, eSintwini sithi abahlangene nemindeni yabo eseyadlulayo so ke abantu abanjalo bayahluphake cos kuyaye kuthi la umuntu afelakhona uphenduka isipokwe sakhona e.g you will see accidents happening at the. . .
same spot, kusuke kuyilabobantu becosa isiphithiphithi kuleyondawo then more and more people will die on those accidents scenes so ke in Zulu kuthiwa kusuke kuwuthuli lweziche means isiphithiphithi esenziwa abantu asebengasekho okuba yinto that you can’t even. . .
Read 4 tweets
1 Mar
UMNTWANA USHINGA KaMPANDE:

On the picture below uMntwana uShingana kaMpande, uzalwa isilo uMsimude KaSenzangakhona ovele ngesiluba phakathi kwamaQadasi namaNgisi emzala kwiNdlovukazi uMaShwabade, umntwana uShingana wayelama iNkosana umntwana uMbungelwa bavundla esibelethweni... Image
sinye seNdlovukazi uMaShwabade, how he got his name uShinga ingoba indlovukazi uMaShwabade ngenkathi isamthwele umntwana yayishinga into eyinqaba, yayingadeleli indlovukazi yayiqhuba intwala ngewisa, isiloke uMsimude wabe eseyiqamba ingane mhla izalwa wathi uShingana. . .
UNonkwenkwezi weZulu eliphezulu,
UBhaca emzileni,
UMabele aphenduke umfaba, UNodela umzimba awunike amambuka, Umzimba uzidelile kwaHlophekhulu, UVuthise amalangabi kwaHlophekhulu, UMkhishwa enqabeni angene etsheni
ngoba beethi itshe yilo elizomlamlela.
Read 5 tweets
3 Dec 20
KING SHAKA FACTS:

Yes technically Ilembe was raised by a single parent “his mother” he came from a broken family structure, the fact is his father inkosi uSenzangakhona did not own to hi responsibilities about his son uShaka, his father figure was inkosi yesizwe sakwaMthethwa. .
uDingiswayo KaJobe and other men he grew up surrounded by, hence he never idolized his father, from a young age uma eseqala ukuqina njengejongo he protected his mother indlovukazi uNandi with all he had up until he became a king then made her a Queen, inkosi. . .
uSenzangakhona never loved his son uShaka kusukela esesesiswini sikamawakhe uNandi hence they name uShaka, I don’t think iLembe would have been a king isaphila inkosi uSenzangakhona I mean before he died vele wayesethe indodana yakhe ezothatha ubukhosi emva kwakhe kuzoba. . .
Read 6 tweets

Did Thread Reader help you today?

Support us! We are indie developers!


This site is made by just two indie developers on a laptop doing marketing, support and development! Read more about the story.

Become a Premium Member ($3/month or $30/year) and get exclusive features!

Become Premium

Too expensive? Make a small donation by buying us coffee ($5) or help with server cost ($10)

Donate via Paypal Become our Patreon

Thank you for your support!

Follow Us on Twitter!