Yes technically Ilembe was raised by a single parent “his mother” he came from a broken family structure, the fact is his father inkosi uSenzangakhona did not own to hi responsibilities about his son uShaka, his father figure was inkosi yesizwe sakwaMthethwa. .
uDingiswayo KaJobe and other men he grew up surrounded by, hence he never idolized his father, from a young age uma eseqala ukuqina njengejongo he protected his mother indlovukazi uNandi with all he had up until he became a king then made her a Queen, inkosi. . .
uSenzangakhona never loved his son uShaka kusukela esesesiswini sikamawakhe uNandi hence they name uShaka, I don’t think iLembe would have been a king isaphila inkosi uSenzangakhona I mean before he died vele wayesethe indodana yakhe ezothatha ubukhosi emva kwakhe kuzoba. . .
uDingane, what is not true here is that Ilembe killed woman, the lies gets even worse when they say he killed woman he impregnated, that’s not true I’d go deep ngenzalo yeLembe but let’s leave it here cos I don’t wanna evoke peoples emotions, inkosi uShaka never. . .
killed woman cos even noma esadla izizwe wayebhekana namadoda ngqo not abantu besifazane even noma woman poked him he never retaliated e.g “uteku lwabafazi bakwaNomgabhi belutekula beseMlovini bethi uShaka akayikubusa” akazange aze abenze lutho, that man was raise by a. . .
single mother therefore he respected woman so asingadicelelei umsebenzi wabantu besifazane ngokuzala baphinde bakhulise amaqhawe. TO BE CONTINUED
• • •
Missing some Tweet in this thread? You can try to
force a refresh
ngoba kokubili kwakhiwa ngamatshe but its two different things cos umthangala ubiyela umuzi bese kuthi isibaya kube indawo yokulala izinkomo.
(D) iguma kuba uphahla olwenziwa phambi komnyango for ukuthi amanzi angangeni endlini. . .
limenze umkalo “ukukhipha abakhongi” or not at that time, kwakube sekunqunywa usuku lokugaxa ibhungu ubuhlalu balo and no lobola discussions would take place there, take note ukuthi here we talking about untombo osengesiyo intombi nto. . .
In Africa ayikho into okuthiwa imamaide, abelungu they must prove to us uma ukuthi ukhona ngempela umuntu onesizansi senhlanzi because thina AmaZulu we can prove it to them ukuthi la e Africa sinento ehlala ezizibeni ezinde kanye. . .
nasezintabeni ezinde, asinalo igama layo eliqondile so it depends ukuthi ikuphi between the two locations which is amanzi nentaba, uma isentabeni siyibiza ngokuthi inkanyamba uma isemanzini siyibiza ngokuthi inkomo yamanzi, no one not even a single person has seen it. . .
ukuthi injani lento istricture or umbala wayo, ezinye zezilwane lezi ezadalwa uNkulunkulu ukuthi zingabonwa umuntu njengoba sinjalo ngenxa yokuthi zinamandla amangalisayo hence sinama power okuzishintsha into anything it wants to be, emakhaya iyabonakala lento in. . .