TREES THAT ARE CONNECTED TO THE HUMAN BEINGS SPIRITS:
1. UMGANU. 2. UMTHOLO. 3. UMLAHLANKOSI.
Ilezizihlahla ezisetshenziswayo for ukulanda umphefumulo womuntu ongasekho from la akasuke eshonelekhona. . .
(A) umganu usetshenziswa for ukulanda uNkosikazi wekhaya kuphela or ...
umuntu wesifazane oganile owashadayo.
(B) umtholo usetshenziselwa for ukulanda abantu besifazane from young girls to full grown up woman, as long as ungashadile nje ulandwa ngomtholo.
(C) umlahlankosi usetshenziselwa for ukulanda abantu besilisa, all ages. . .
The reason why kusetshenziswa lezizihlahla ingoba iyona mithi le ekwazi ukubamba umphefumulo womuntu ongasekho e.g uma uyithatha lemithi ebese uyibeka emgwaqeni le evame ukuba nezingozi ezithatha imphefumulo yabantu, uthi uma usuka lapho bese uhamba nayo lemithi ufike uyibeke la
ohlalakhona kwakho ulale nayo angeke ulale ebusuku ilababantu ezisuke zibathathile lezizihlahla and akubilula ukuphinde ubakhiphe uma usufuna ukubakhipha, once you done with that experiment sebeyohlezi bepoka nje la kwakho cos basuke sebethole ikhaya hence they never wanna leave
again cos basuke sebethole ikhaya “izichwe” lezizihlahlake bakwethu azigqitshwa neze nomuntu uma esefihlwa, kuphindelwa nazo ekhaya zifike zibekwe emsamo cos uma ungasigqiba nomuntu uyobe ususize abathakathi ukuthi bafike bathumbe umuntu wakini, niyothi mhla nenza umsebenzi. . .
wokumbuyisa niyobe senifaka izinto ezirong ekhaya ezingalibulala ziliqede nya ikhaya, umayeshonele ekhaya umuntu asikho isidingo sehlahla ngoba vele umphefumulo ulapho kufanele ubekhona, ekhaya, uma isidumbu sekumele siye emakhazeni niyantshela nje ngomlomo ukuthi kwenzakalani...
ngoba vele umuntu utshelwa ngomlomo, ihlahla lisuke lenza isiqiniseko sokuthi akasali endleleni nisahamba naye and uyasuka la esuke eshonelekhona, umphefumulo unamathela ehlahleni, please take note uma nilanda umuntu ngalamahlahla alihudulwa phansi cos uma lihudulwa phansi. . .
libutha yonke imiphefumulo yabantu abangazange balandwe kuleyondawo, it’s also important ukumbiza ngegama lo enisuke nimlandile wakini nimbiza ngegama lakhe lokuzalwa hhayi inik’name, yikhoke nje endulo abantu babefihlwa emalibeni omndeni or egcekeni ekhaya laphoke laligqitshwa
nomuntu ihlahla lakhe ngoba vele lisegcekeni noma lisemndenini wasekhaya, kuyothike umangabe esenzelwa umsebenzi kuyiwe elibeni ayobikelwa bese eyakhushulwa alethwe endlini, uma kuwumnomzane afakwe esibayeni. THE END
• • •
Missing some Tweet in this thread? You can try to
force a refresh
Abantu besifazane abasitshali isilo, not even Ow'Ndlunkulu, not even his mom, not even a single Princess on site, not even izinsila zaso e.g izinyanga zaso nezimbongi zaso, ayibongelwa iMbube uma isitshalwa, ukuyibongela kugcina mhla isangena emagcekeni. . .
emzini wayo but uma isikhishwa isiya elibeni layo kuhutshwa ihubo lomndeni lokuyiphelekezela, wonke lomsebenzi wokuhlwanyelwa iMbube wenziwa. . .