In Africa ayikho into okuthiwa imamaide, abelungu they must prove to us uma ukuthi ukhona ngempela umuntu onesizansi senhlanzi because thina AmaZulu we can prove it to them ukuthi la e Africa sinento ehlala ezizibeni ezinde kanye. . .
nasezintabeni ezinde, asinalo igama layo eliqondile so it depends ukuthi ikuphi between the two locations which is amanzi nentaba, uma isentabeni siyibiza ngokuthi inkanyamba uma isemanzini siyibiza ngokuthi inkomo yamanzi, no one not even a single person has seen it. . .
ukuthi injani lento istricture or umbala wayo, ezinye zezilwane lezi ezadalwa uNkulunkulu ukuthi zingabonwa umuntu njengoba sinjalo ngenxa yokuthi zinamandla amangalisayo hence sinama power okuzishintsha into anything it wants to be, emakhaya iyabonakala lento in. . .
a form of inkomo yenkunzi enemibala emihle wena owabona umbala wenkomo enkone ixuba imibala eminingi emzibeni wayo so uma isesizibeni iyaphuma ibonakale idla utshani maduzane phezu kwesiziba uma kukhona izinkomo lapho iyazikhwela, uma uyibonile ikhwela. . .
isithole sakini cos ikhwela izithole kuphela kumele nithathe imbunzi nempepho niye phezu kwalesosiziba uma nifika lapho nifike nishise impepho nibonge ukuthi inikhwelele isithole senu maqede ninikele ngaleyombuzi iphila injalo niyithatha niyiphose phakathi esizibeni and it. . .
will never swim to the other end izocwila inyamalale angeke niphinde niyibone leyombuzi uma nenzenjalo siyazala lesisithole sizale inkomo enhle after lapho akekho umuntu oyofuya njengani kulesosigodi infuyo yakini yanda niswele isibaya but uma ningayikhunganga ngembuzi. . .
lesisithole esikhwelwe ilesisilwane sivele sife right after sizelwe however it also changes itself to isikhukhukazi esihle esinonile esivame ukubonakala sihamba namachwane aso eduze kwalesosiziba you can only see it from a distance tho uma uthi uzama ukusondela kuso sivele. . .
sinyamalale ungabe usasibona ukuthi sishonephi, the only thing engakaze ibonakale lento izishintsha into, umuntu kuphela cos sometime ivela as ihhashi elihle elimhlophe, mawuthi usondela kulo livele lingene phakathi esizibeni linyamalale, lezoziziba. . .
ziyahlonishwa akusondeli muntu kuzo cos even nenfuyo iyagadwa ukuthi ayingadleli khona cos sometimes lomnomzane uyazithathela adonse whatever he wants under the water, uma isisentabeni kuthwitha inkanyamba “dragon” abanye bayibiza ngokuthi inyoka enamakhanda awuseven. . .
no one has seen it iphansi njengoba injalo but the reason why ow’khokho bathi inyoka emakhandanda ingoba uma ishintsha ilocation between the two locations it’s either isuke isuka entabeni iya esizibeni or isuke isuka esizibeni iya entabeni iyandiza ihamba ngefu,bayibiza ngenyoka
emakhandakhanda ngenxa yokuthi uma isindiza ngefu you can sort of see the structure of the snake with multiple heads inside the cloud, uma ihamba ishintsha indawo between the two locations indizela phezulu but iqale ishintshe isimo sezulu kuqala kuleyondayo only, liyashintsha. .
izulu liguqubale libemnyama tshu bese iyaphumake la edlulakhona kusephuka iy’dindi ubuyinike uthayela nezindlu, so kanjaloke nentaba eyaziwayo ukuthi ihlala lomnomzane, iyahlonishwa akugibeli noma ubani cos even nenfuyo ayidleli kuleyontaba, eyangakithi kuthiwa. . .
ngoba kokubili kwakhiwa ngamatshe but its two different things cos umthangala ubiyela umuzi bese kuthi isibaya kube indawo yokulala izinkomo.
(D) iguma kuba uphahla olwenziwa phambi komnyango for ukuthi amanzi angangeni endlini. . .
limenze umkalo “ukukhipha abakhongi” or not at that time, kwakube sekunqunywa usuku lokugaxa ibhungu ubuhlalu balo and no lobola discussions would take place there, take note ukuthi here we talking about untombo osengesiyo intombi nto. . .