ngoba kokubili kwakhiwa ngamatshe but its two different things cos umthangala ubiyela umuzi bese kuthi isibaya kube indawo yokulala izinkomo.
(D) iguma kuba uphahla olwenziwa phambi komnyango for ukuthi amanzi angangeni endlini. . .
FRAME 1. isibaya sasekhaya lesi, kukithi lapha, kusekhaya la engizalwa khona KwaMabaso.
FRAME 2. iguma leliyana kusekhaya lapho KwaMabaso la engizalwa khona.
FRAME 3. umthangala ''pic taken from the net''
FRAME 4. isigodlo sesilo leso sibiyelwe ngothango. THE END
• • •
Missing some Tweet in this thread? You can try to
force a refresh
limenze umkalo “ukukhipha abakhongi” or not at that time, kwakube sekunqunywa usuku lokugaxa ibhungu ubuhlalu balo and no lobola discussions would take place there, take note ukuthi here we talking about untombo osengesiyo intombi nto. . .
In Africa ayikho into okuthiwa imamaide, abelungu they must prove to us uma ukuthi ukhona ngempela umuntu onesizansi senhlanzi because thina AmaZulu we can prove it to them ukuthi la e Africa sinento ehlala ezizibeni ezinde kanye. . .
nasezintabeni ezinde, asinalo igama layo eliqondile so it depends ukuthi ikuphi between the two locations which is amanzi nentaba, uma isentabeni siyibiza ngokuthi inkanyamba uma isemanzini siyibiza ngokuthi inkomo yamanzi, no one not even a single person has seen it. . .
ukuthi injani lento istricture or umbala wayo, ezinye zezilwane lezi ezadalwa uNkulunkulu ukuthi zingabonwa umuntu njengoba sinjalo ngenxa yokuthi zinamandla amangalisayo hence sinama power okuzishintsha into anything it wants to be, emakhaya iyabonakala lento in. . .