UCU:

ucu kwakuba intambo yohlobo eyayenziwa intombi ngesizathi sokuxhumana nensizwa ngendlela efanele neqondile about the kind of a relationship they would have ''setting the record straight'' so ke lwalungafani ucu olwalusetshenziswa ngazozonke izikhathi, nakhu. . .
ukwehlukana kwazo kwingcazelo below. . . .
1. olumhlophe qwa white with no other colors in it, kwakusho ukuthi ''uthando lwentombi lusuke lumhlophe futhi lumsulwa'' isuke izimisele ngokuyigidela lensizwa so uma lumhlophe lusuke lisho ukuthi ''uthando lwami kuwe lungunaphakde...
siyoze sehlukaniswe ukufa'' means I see you as my future husband.
2. Uma luxube ublack, blue and read lwalusuke lisho ukuthi basuke basazohlukana ''kusuke kusajolwa nje la for fun enjoying being in the streets cos streets are life e.g ''hoeing is life''. . .
3. black and read means ''ngingakufela''
4. sky blue means ngiyoza kuwe noma izulu linjani e.g uma lithi Ibhova likaDikadika uMgqumeni iNtungwa benoMfokaMolo ''izulu liyaduma ngifuna ukumbona umsheli so angeke ngize ngilale ngingambonanga'' kusuke kuwuloluthando ke. . .
5. black means ''uthando lwakho seluphelile'' e.g uma intombi ibonakala emsindweni noma endlwaleni ifake lolucu, kwakusho ukuthi isisingle available and ready to mingle.
6. Obumpofu or obuyelo - kwakusuke kusho ukuthi ''angeke uze ungilale'' e.g uma intombi uthi uyayeshela. . .
ebese ithi ''asibe abangani'' basically isuke isho ukuthi ''ngiyakufrend'zona''
Yizoke lezi izindlela zokuxhumana ezazisetshenziswa kudalo KwaZulu phakathi kwensizwa nentombi uma beshelana noma beshendezana for ukudlulisa umyalezo ngendlela eyinhlonipho. THE END

• • •

Missing some Tweet in this thread? You can try to force a refresh
 

Keep Current with uSiboniso KaMabaso

uSiboniso KaMabaso Profile picture

Stay in touch and get notified when new unrolls are available from this author!

Read all threads

This Thread may be Removed Anytime!

PDF

Twitter may remove this content at anytime! Save it as PDF for later use!

Try unrolling a thread yourself!

how to unroll video
  1. Follow @ThreadReaderApp to mention us!

  2. From a Twitter thread mention us with a keyword "unroll"
@threadreaderapp unroll

Practice here first or read more on our help page!

More from @ZuluSweG

18 May
UKUBALULEKA KWESITHEMBU:

In the Zulu culture from esiNtwini kudalo isithembu meant more than just having amakhosikazi evile kweyodwa, below I’m explaining its importance ngokweSintu. . .

1. Inkosikazi yokuqala undlunkulu usuke engaganile wena ndoda kodwa usuke ugane ikhaya. .
likayihlo or iy’thutha zalay’khaya kuba uNkosikazi wedlozi, wuye ozala inkosana ngoba vele usuke ezovusa umuzi kayihlo, that is why phela ngokwesiZulu uma unonkosikazi oyedwa kuthiwa “awukakaganwa ucishe waganwa” that is why uNkosikazi wokuqala KwaZulu. . .
ulotsholelwa uyihlo ingoba kusuke kushokhona ukuthi akuyena owakho. 2. Owesibili kuba owabazali bakho “ukhohlo” usuke ezolula iNdlu kayihlo that is why engayizali inkosana.
3. Owesithathu “iqadi” lo kusuke kungowakhoke that is why iqadi lifana noNdlunkulu kanjani na ingoba. . .
Read 7 tweets
6 May
TREES THAT ARE CONNECTED TO THE HUMAN BEINGS SPIRITS:

1. UMGANU.
2. UMTHOLO.
3. UMLAHLANKOSI.

Ilezizihlahla ezisetshenziswayo for ukulanda umphefumulo womuntu ongasekho from la akasuke eshonelekhona. . .

(A) umganu usetshenziswa for ukulanda uNkosikazi wekhaya kuphela or ...
umuntu wesifazane oganile owashadayo.

(B) umtholo usetshenziselwa for ukulanda abantu besifazane from young girls to full grown up woman, as long as ungashadile nje ulandwa ngomtholo.

(C) umlahlankosi usetshenziselwa for ukulanda abantu besilisa, all ages. . .
The reason why kusetshenziswa lezizihlahla ingoba iyona mithi le ekwazi ukubamba umphefumulo womuntu ongasekho e.g uma uyithatha lemithi ebese uyibeka emgwaqeni le evame ukuba nezingozi ezithatha imphefumulo yabantu, uthi uma usuka lapho bese uhamba nayo lemithi ufike uyibeke la
Read 9 tweets
15 Mar
UKUTSHALWA KWESILO:

Abantu besifazane abasitshali isilo, not even Ow'Ndlunkulu, not even his mom, not even a single Princess on site, not even izinsila zaso e.g izinyanga zaso nezimbongi zaso, ayibongelwa iMbube uma isitshalwa, ukuyibongela kugcina mhla isangena emagcekeni. . .
emzini wayo but uma isikhishwa isiya elibeni layo kuhutshwa ihubo lomndeni lokuyiphelekezela, wonke lomsebenzi wokuhlwanyelwa iMbube wenziwa. . .

1. Izimpunga zaseNdlunkulu ''ow'yise now'yisemkhulu besilo''.
2. uNdunankulu wesizwe. . .
3. Izazimthetho zesizwe ezikhethekile ezihlala eNdlunkulu kuphela.
4. Amadodana esilo eholwa iNkosana yona esuke iphethe umkhonto nesihlangu seMbube. . .
Read 5 tweets
14 Mar
IZILO NEZINYOSI ZAZO:

1. uSenzangakhona kaJama -
Kwakungu Tholudaba wakwaNdlovu.

2. uShaka kaSenzangakhona kwakungu Mxhamama kaSoshaya wakwaSibisi. . . ImageImage
3. uDingane kaSenzangakhona kwakungu Magolwana kaMkhathini wakwaJiyane “my fave” 🔥

4. uMpande kaSenzangakhona kwakungu Magolwana kaMkhathini wakwaJiyane “my fave”

5. uCetshwayo kaMpande kwakungu
Mhlangeni wakwaKhumalo “Mntungwa” . . .
6. uDinuzulu kaCetshwayo kwakungu
Sehla kaNdengezi wakwaZungu.

7. uSolomon
kaDinuzulu kwakungu Hoye kaSoxhalazi wakwaNdlela.

8. uZwelithini
kaBhekuzulu inyosi yakhe uNtulizenkosi Dlamini noBuzetsheni kaSombila Mdletshe, both of them are on the picture on this thread. . .
Read 4 tweets
14 Mar
UNDUNANKULU WESIZWE SIKAZULU:

Umntwana wakwaPhindangene uzalwa inkosazana yaseNdlunkulu uPrincess Magogo ozalwa isilo uDinizulu KaCetshwayo eyendela kwaButhelezi yayogana iNkosi uMathole onguyise kaMangosuthu onguNdunankulu kaZulu right now, ukhulume waze wakhala izolo. . . Image
IMbabazane ehaqa amadoda emasendeni
ISihlonono esikhalele amabhunu emadlebeni, uMhlabunzima wakwaMaphumulo
USivulele ngenkatha isiqhotho oNgoye zaphela itshudeni asala amabholipheni
Itshe abaliqandule ngesando kwabakwaNgwane alaze laqhephuka kungaze kuyofa indoda endala. . .
uMathanzima
UNkobe zamaSwazi zimehlulile uChief uMzimba uTembe ukuzihlafuna uthe uthi uyazicaphuza zamshisa wayithwala ngeqoma waziletha kithi oNdini wathi asidle Shenge nanka amancoko ngiwathathe kwelakwaNgwane
Isibhamu esiqhume phekwentaba zeNgwavuma kwazamazama. . .
Read 4 tweets
4 Mar
ISINGIZI:

Insingizi or ingududu inyoni emnyama bese iba nebala elimhlophe elicashe ngaphansi, kunombala wenkomo okuthiwa insingizi isuka, isuke imnyama bese ibamhlophe ngaphansi, inyoni yezimangake lena kukhona futhi eba mhlophe qwaaa wonkumzimba yonake ayivelaveli. . .
kubantu iyacasha kakhulu, ivela nje kuphela uma kunobunzima obubhekene ezinye nalezi ezimnyama e.g uma sezihlulwe inyoka lezi ezimnyama zilanda le emhlophe, emhlophe iyona enqoba izitha, kantike nje futhi akulula ukubona iNsingizi ifile cos le emhlophe yenza konke. . .
okusemandleni ukuthi ayibonakali, lezinyonike in Zulu zibizwa ngokuthi izinyoni zezulu e.g uma kuza izulu elinzima okungase limoshe imizi yabantu kubonakala ngalezi zinyoni kuqala zindizela phezu bude buduze esigodini, uma futhi kunomuzi ozobhekana nobunzima e.g isifo. . .
Read 4 tweets

Did Thread Reader help you today?

Support us! We are indie developers!


This site is made by just two indie developers on a laptop doing marketing, support and development! Read more about the story.

Become a Premium Member ($3/month or $30/year) and get exclusive features!

Become Premium

Too expensive? Make a small donation by buying us coffee ($5) or help with server cost ($10)

Donate via Paypal Become our Patreon

Thank you for your support!

Follow Us on Twitter!

:(