In the Zulu culture from esiNtwini kudalo isithembu meant more than just having amakhosikazi evile kweyodwa, below I’m explaining its importance ngokweSintu. . .
likayihlo or iy’thutha zalay’khaya kuba uNkosikazi wedlozi, wuye ozala inkosana ngoba vele usuke ezovusa umuzi kayihlo, that is why phela ngokwesiZulu uma unonkosikazi oyedwa kuthiwa “awukakaganwa ucishe waganwa” that is why uNkosikazi wokuqala KwaZulu. . .
ulotsholelwa uyihlo ingoba kusuke kushokhona ukuthi akuyena owakho. 2. Owesibili kuba owabazali bakho “ukhohlo” usuke ezolula iNdlu kayihlo that is why engayizali inkosana. 3. Owesithathu “iqadi” lo kusuke kungowakhoke that is why iqadi lifana noNdlunkulu kanjani na ingoba. . .
ikhohlwa lisuke lingomncane nominini kepha owesithathu uvusa indlu yokuqala kwazise phela ngoba usuke engesona isithembu usuke ngoba usuke engalanyiwe, olanyawo ilo owokuqala okuba uNdlunkulu so ke uma elanywa lo wesithathu usuke evusa ikhohlwa but uma uzomthatha. . .
ucu kwakuba intambo yohlobo eyayenziwa intombi ngesizathi sokuxhumana nensizwa ngendlela efanele neqondile about the kind of a relationship they would have ''setting the record straight'' so ke lwalungafani ucu olwalusetshenziswa ngazozonke izikhathi, nakhu. . .
ukwehlukana kwazo kwingcazelo below. . . . 1. olumhlophe qwa white with no other colors in it, kwakusho ukuthi ''uthando lwentombi lusuke lumhlophe futhi lumsulwa'' isuke izimisele ngokuyigidela lensizwa so uma lumhlophe lusuke lisho ukuthi ''uthando lwami kuwe lungunaphakde...
siyoze sehlukaniswe ukufa'' means I see you as my future husband. 2. Uma luxube ublack, blue and read lwalusuke lisho ukuthi basuke basazohlukana ''kusuke kusajolwa nje la for fun enjoying being in the streets cos streets are life e.g ''hoeing is life''. . .
Abantu besifazane abasitshali isilo, not even Ow'Ndlunkulu, not even his mom, not even a single Princess on site, not even izinsila zaso e.g izinyanga zaso nezimbongi zaso, ayibongelwa iMbube uma isitshalwa, ukuyibongela kugcina mhla isangena emagcekeni. . .
emzini wayo but uma isikhishwa isiya elibeni layo kuhutshwa ihubo lomndeni lokuyiphelekezela, wonke lomsebenzi wokuhlwanyelwa iMbube wenziwa. . .