Sihambisa izimpanhla kwa Gumede.
Izinsizwa zakithi zazijabule, zigiya, zisina, kumnandi kakhulu.
"Ilizwi leNkosi
Selifikile phezu kwethu;
Nathi masilamkele
Ngezinhliziyo ezimhlophe.
Bongani webangane
Nalezo ziqhamo,
UJehova Inkosi yethu
Azilethe phezu kwethu.
Nithini webantu
Ngalezo zibusiso,
Esinazo thina
Nabantwana bethu."
Lasukuma ibutho lakithi koMapholoba, lathi khokha wena, uzokhokha, kuzogugiphakethe